Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 15:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngalezo zikhathi kwakungekho ukuthula kophumayo nakongenayo, kepha ukuhlupheka okukhulu kwaba phezu kwabo bonke abakhileyo kulelo zwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngaleso sikhathi kwakungekho kuthula kophumayo nakongenayo, ngokuba ukuphaphatheka okukhulu kwakukhona phezu kwabo bonke abakhe ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Ngalezo zikhathi kwakungekho ukuthula nokuphepha kophumayo noma kongenayo, ngokuba kwakukuningi okuphazamisa izakhamuzi zezwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 15:5
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela manje kuze kube phakade.


Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwakungekho nkokhelo yomuntu noma inkokhelo yezilwane; nophumayo nongenayo kwakungekho ukuthula ngenxa yosizi; ngokuba ngibamise bonke, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe.


Kuyakuba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini; nasemhlabeni usizi lwezizwe, zididekile; kuhlokoma ulwandle namagagasi;


Uzaqalekiswa ekungeneni kwakho, uqalekiswe ekuphumeni kwakho.


Emihleni kaSamgari indodana ka-Anati emihleni kaJayeli imigwaqo yayingenamuntu, abahambi babehamba emigwaqweni.


Lapho abantu bakwa-Israyeli bebona ukuthi baswele (ngokuba abantu babecindezelekile), abantu bacasha emihumeni nasemahlozini nasemadwaleni naseziqongweni nasemigodini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ