Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 15:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga kwa-Israyeli; kepha inhliziyo ka-Asa yayiphelele zonke izinsuku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga kwa-Israyeli; nokho inhliziyo ka-Asa yayiphelele zonke izinsuku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Kepha izindawo eziphakemeyo akazisusanga kwa-Israyeli, nakuba inhliziyo ka-Asa yayiphelele zonke izinsuku zokuphila kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 15:17
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uSolomoni esemdala, abafazi bakhe bayiphambukisa inhliziyo yakhe ukuba ilandele abanye onkulunkulu; inhliziyo yakhe yayingaphelele kuJehova uNkulunkulu wakhe njengenhliziyo kaDavide uyise.


Wahamba ezindleleni zonke zika-Asa uyise; akaphambukanga kukho ngokwenza okulungile emehlweni kaJehova; kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga; ngoba abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, bathunqa intuthu.


Kepha izindawo eziphakemeyo azisuswanga; abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, kushunqe umusi.


Kepha izindawo eziphakemeyo azisuswanga, kepha abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, bashunqa nomusi.


Futhi ngoMahaga, unina wenkosi u-Asa, wamsusa ekubeni yindlovukazi, ngoba wenza isithombe esibaziweyo ehlathini;


Wangenisa endlini kaNkulunkulu izinto uyise azingcwelisileyo nawayezingcwelisile, isiliva negolide nezitsha.


Inhliziyo yakhe yathokoza ngezindlela zikaJehova, wasusa izindawo eziphakemeyo nemithi engcwele kwaJuda.


Wahamba ngendlela kayise u-Asa, akaphambukanga kuyo ngokwenza okulungile emehlweni kaJehova.


Kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga, ngoba abantu babengakalungiseleli uNkulunkulu wawoyise izinhliziyo zabo.


Wanikela ngomhlatshelo, washunqisa umusi ezindaweni eziphakemeyo, nasemagqumeni, naphansi kwayo yonke imithi eluhlaza.


Kodwa abantu babelokhu behlabela ezindaweni eziphakemeyo, kodwa kuJehova uNkulunkulu wabo yedwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ