2 iziKronike 14:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 U-Asa wayenempi yabantu abaphatha izihlangu nemikhonto, bevela kwaJuda abayizinkulungwane ezingamakhulu amathathu; nabakwaBenjamini abaphatha izihlangu nabansala iminsalo, izinkulungwane ezingamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalombili; bonke babengamaqhawe anesibindi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 U-Asa wayenempi ephethe izihlangu nemikhonto, evela kwaJuda, iyizinkulungwane ezingamakhulu amathathu, nevela kwaBenjamini, ephethe amahawu nensala iminsalo, iyizinkulungwane ezingamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalombili; bonke labo babe ngamaqhawe anamandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 U-Asa wayenamabutho ayizi-300 000, aphatha izihlangu nemikhonto, ayevela kwaJuda, nalawo ayevela kwaBhenjamini eyizi-280 000, ayephatha amahawu, nansala ngeminsalo. Wonke lawo mabutho ayengamaqhawe anamandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |