Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 14:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 U-Abiya wayeselala koyise, bammbela emzini kaDavide; u-Asa indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe. Ezinsukwini zakhe izwe lalinokuthula iminyaka eyishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 U-Abiya wayeselala koyise; bammbela emzini kaDavide; u-Asa indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe: emihleni yakhe izwe lazola iminyaka eyishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 U-Abhiya wayeselaliswa kokhokho bakhe, bammbela emzini kaDavide. U-Asa, indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe. Emihleni yakhe izwe laba nokuthula iminyaka elishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 14:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

URehobowamu wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide. Igama likanina lalinguNahama nabantwana bakwa-Amoni. U-Abhiya indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UDavide wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide.


Indodana kaSolomoni kwakunguRehobowamu, indodana yakhe uAbhiya, indodana yakhe u-Asa, indodana yakhe uJehoshafati,


U-Asa wenza okuhle nokulungile emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe.


Kwase kufika kuye incwadi evela kumprofethi uEliya, yathi: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu kaDavide uyihlo, uthi: Ngokuba awuhambanga ngezindlela zikayihlo uJehoshafati nangezindlela zika-Asa inkosi yakwaJuda, hamba,


Wenza kanjalo uHezekiya kwaJuda wonke, wenza okuhle nokulungile nokuyiqiniso phambi kukaJehova uNkulunkulu wakhe.


USolomoni wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide uyise; uRehobowamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kwasekusithi emva kwesikhathi eside uJehova esephumuze uIsrayeli kuzo zonke izitha zabo, uJoshuwa waluphala wacindezelwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ