2 iziKronike 13:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Anazi yini ukuthi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wanika uDavide umbuso kwa-Israyeli kuze kube phakade, yena namadodana akhe ngesivumelwano sikasawoti na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Bekunganifanele ukwazi yini ukuthi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wanika uDavide umbuso kwa-Israyeli kuze kube phakade, yena namadodana akhe, ngesivumelwano sikasawoti, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Anazi yini ukuthi uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli wanika uDavide namadodana akhe umbuso kwa-Israyeli, kuze kube phakade, ngesivumelwano sikaSawoti na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke, Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina encekwini yakho, ubaba uDavide, lokho owakuthembisa kuye ngokuthi: ‘Akuyikuntula muntu emehlweni ami ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli; nokho ukuze abantwana benu baqaphele indlela yabo ukuhamba emthethweni wami, njengalokho nahamba phambi kwami.