Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 13:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa u-Abiya waba namandla, wathatha abafazi abayishumi nane, wazala amadodana angamashumi amabili nambili namadodakazi ayishumi nesithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha u-Abiya waba namandla, wazithathela abafazi abayishumi nane, wazala amadodana angamashumi amabili nambili namadodakazi ayishumi nesithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 U-Abhiya waziqinisa waba namandla, wathatha abafazi abali-14, wazala amadodana angama-22 namadodakazi ali-16.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 13:21
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinye izindaba zika-Abiya nakho konke akwenzayo angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na? Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abiya noJerobowamu.


URehobowamu wathanda uMahaga indodakazi ka-Abisalomu ngaphezu kwabo bonke abafazi bakhe nezancinza zakhe;


UJerobowamu akabe abe namandla emihleni ka-Abiya; uJehova wamshaya, wafa.


Ezinye izindaba zika-Abhiya nezindlela zakhe namazwi akhe zichazwe endabeni yomprofethi u-Ido.


Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.


Waya endlini kayise e-Ofira, wabulala abafowabo, amadodana kaJerubali, amadoda angamashumi ayisithupha neshumi etsheni linye; kepha uJothamu, indodana encinyane kaJerubali, wasala; ngoba wacatsha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ