Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 13:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wabusa eJerusalema iminyaka emithathu. Igama likanina lalinguMigaya, indodakazi ka-Uriyeli waseGibeya. Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abiya noJerobowamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wabusa iminyaka emithathu eJerusalema; igama likanina lalinguMikhaya indodakazi ka-Uriyeli waseGibeya. Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abiya noJerobowamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Wabusa eJerusalema iminyaka emithathu. Igama likanina kwakunguMikhaya, indodakazi ka-Uriyeli waseGibheya. Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abhiya noJerobhowamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 13:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinye izindaba zikaJerobowamu, ukuthi walwa kanjani nokuthi wabusa kanjani, bheka, kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli.


Izinsuku zokubusa kukaJerobowamu zaziyiminyaka engamashumi amabili nambili; walala koyise, uNadabi indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Wabusa eJerusalema iminyaka emithathu. Igama likanina lalinguMaga, indodakazi ka-Abisalomu.


Emva kwakhe wathatha uMaga, indodakazi ka-Abisalomu; owamzalela uAbhiya, no-Athayi, noSisa, noShelomiti.


Imilando kaRehobowamu, eyokuqala neyokugcina, ayilotshiwe yini encwadini yomprofethi uShemaya neyomboni u-Ido, ngezizukulwane na? Kwakukhona njalo izimpi phakathi kukaRehobowamu noJerobowamu.


U-Abiya walungisa impi enempi yamaqhawe anamandla, amadoda akhethiweyo ayizinkulungwane ezingamakhulu amane;


neSela, ne-Elefi, neJebusi eliyiJerusalema, neGibeyati, neKiriyati; imizi eyishumi nane nemizana yayo. Leli laliyifa labantwana bakwaBhenjamini ngezizukulwane zabo.


Base behamba, bahamba; ilanga lashona beseGibeya yakwaBhenjamini.


Bheka, kwafika ixhegu livela emsebenzini walo kusihlwa livela ensimini, nalo livela ezintabeni zakwa-Efrayimi; wagogobala eGibeya, kepha abantu baleyo ndawo babengabakwaBenjamini.


Naye uSawule waya ekhaya eGibeya; kwahamba naye iviyo lamadoda anhliziyo yawo yayithinte uNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ