2 iziKronike 13:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Ngakho abantwana bakwa-Israyeli bahlala ngaleso sikhathi, futhi abantwana bakwaJuda bazuza amandla, ngoba babethembele kuJehova uNkulunkulu wawoyise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Bathotshiswa-ke ngaleso sikhathi abantwana bakwa-Israyeli; kepha abantwana bakwaJuda bahlula, ngokuba babencika kuJehova uNkulunkulu wawoyise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Abakwa-Israyeli bathotshiswa ngaleso sikhathi, kodwa abakwaJuda banqoba, ngokuba babencike kuSimakade uNkulunkulu wokhokho babo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |