Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 12:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wayesefika uShemaya umprofethi kuRehabowamu nakuzo izikhulu zakwaJuda ezazibuthene eJerusalema ngenxa kaShishaki, wathi kubo: “Usho kanje uJehova, uthi: “Nina ningishiyile, ngalokho nami nginishiyile esandleni kaShishaki.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wayesefika uShemaya umprofethi kuRehobowamu nasezikhulwini zakwaJuda ezazibuthene eJerusalema ngenxa kaShishaki, wathi kubo: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Nina ningishiyile; ngalokho nami nginishiyile esandleni sikaShishaki.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 UShemaya umphrofethi wafika kuRehobhowamu nakubaholi bonke bakwaJuda abebuthene eJerusalema, ngenxa kaShishaki, wathi kubo: “Usho kanje uSimakade uthi: ‘Nina ningifulathele Mina, ngakho-ke nami nginilahlele esandleni sikaShishaki.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 12:5
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavida wasesithi kuGadi: Ngisosizini olukhulu; masiwele esandleni sikaJehova; ngokuba umusa wakhe mkhulu, mangingaweli esandleni somuntu.


Kodwa izwi likaNkulunkulu lafika kuShemaya, umuntu kaNkulunkulu, lathi:


Wena-ke, ndodana yami, Solomoni, yazi wena uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo langengqondo evumayo; ngokuba uJehova uhlola zonke izinhliziyo, uqonda yonke imicabango yemicabango; uma nimfuna, niyotholwa; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.


Kepha izwi likaJehova lafika kuShemaya, umuntu kaNkulunkulu, lathi:


Imilando kaRehobowamu, eyokuqala neyokugcina, ayilotshiwe yini encwadini yomprofethi uShemaya neyomboni u-Ido, ngezizukulwane na? Kwakukhona njalo izimpi phakathi kukaRehobowamu noJerobowamu.


Waphuma ukumhlangabeza u-Asa, wathi kuye: “Ngilalele, Asa nawe wonke uJuda noBenjamini! UJehova unani nina nina; uma nimfuna, uyakufunyanwa nguwe; kepha uma nimshiya, uyakunishiya.


UMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kukaZakariya indodana kaJehoyada umpristi, wema phezu kwabantu, wathi kubo: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Neqelani imiyalo kaJehova ukuba ningabi nampumelelo na? ngoba nimshiyile uJehova, naye unishiyile.


UJehova ngeke amshiye esandleni sakhe futhi ngeke amlahle lapho esahlulelwa.


Ububi bakho buyakusola, nezizondo zakho ziyakusola; yazi, ubone ukuthi kuyinto embi nebabayo ukuthi umshiyile uJehova uNkulunkulu wakho nokuthi ukwesaba kwami akukho kuwe, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Nxa lababantu loba umprofethi loba umpristi ekubuza esithi: Uyini umthwalo we Nkosi? khona-ke uzakuthi kubo: Imuphi umthwalo? ngiyakunishiya,” usho uJehova.


Indlela yakho nezenzo zakho kukulethele lezi zinto; kungububi bakho, ngoba kumunyu, ngoba kufinyelela enhliziyweni yakho.


Uma nithi: ‘UJehova uNkulunkulu wethu wenzelani kithi zonke lezi zinto na? uyakuthi kubo: Njengalokho ningishiyile, nakhonza onkulunkulu bezizweni ezweni lakini, niyakukhonza abezizwe ezweni elingelona elenu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ