Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 12:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wathatha imizi ebiyelweyo yakwaJuda, wafika eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wayithatha imizi ebiyelweyo yakwaJuda, wafika eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Wayidla imizi yakwaJuda ebiyelweyo, waze wafika naseJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 12:4
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yase-Asiriya yathuma uTharithani noRabisarisi noRabi-Sake besuka eLakishi enkosini uHezekiya nempi enkulu eJerusalema. Bakhuphuka, bafika eJerusalema. Sebekhuphukile, bafika bema ngasemseleni wedamu lasenhla, emgwaqweni omkhulu wensimu yomhlanzi.


Angiyikwenza na kulo iJerusalema nezithombe zalo, njengalokho ngenza kulo iSamariya nezithombe zalo?


Ngomnyaka wetshumi lane wenkosi uHezekhiya, uSaneheribi inkosi yeAsiriya wahlasela yonke imizi ebiyelweyo yakoJuda, wayithumba.


Iyakudabula kwaJuda; uyakuchichima, adlule, afinyelele entanyeni; futhi ukwelula kwamaphiko akhe kuyogcwalisa ububanzi bezwe lakho, O Imanuweli!


Khuphukelani ezindongeni zalo nichithe; kodwa akupheli; susa izinhlangothi zalo; ngoba abasibo abakaJehova.


Ingxenye yebandla yayiyizimvu eziyizinkulungwane ezingamakhulu amathathu namashumi amathathu nesikhombisa namakhulu amahlanu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ