Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 12:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 nezinqola eziyizinkulungwane eziyishumi nambili nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha; abantu abaphuma naye eGibithe babengenakubalwa; amaLubi, amaSukimi, namaTopiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 enezinqola eziyinkulungwane namakhulu amabili, nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha; abantu babengenakubalwa abaphuma naye eGibithe: ngamaLubi, namaSuki, namaKushe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 UShishaki wayenezinqola eziyi-1 200, abamahhashi abayizi-60 000, nokhumbintethe lwabantu abaphuma naye eGibhithe: amaLubhi, amaSuki, namaKhushe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 12:3
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wabulala noSobagi induna yempi, wafela khona.


Ngokuba uJehova wenza ukuba impi yama-Aramu izwe umsindo wezinqola nomsindo wamahhashi, yebo, umsindo wempi enkulu; bathi omunye komunye: “Bhekani, inkosi yakwa-Israyeli isiqashile amakhosi. AmaHeti namakhosi aseGibithe ukuba asehlele.


UJehova wawahlula amaKushe phambi kuka-Asa naphambi kukaJuda; amaKushe abaleka.


U-Asa wayenempi yabantu abaphatha izihlangu nemikhonto, bevela kwaJuda abayizinkulungwane ezingamakhulu amathathu; nabakwaBenjamini abaphatha izihlangu nabansala iminsalo, izinkulungwane ezingamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalombili; bonke babengamaqhawe anesibindi.


USeraki umKushe waphuma ukulwa nabo enempi yezinqola eziyinkulungwane namakhulu amathathu; futhi wafika eMarésa.


AmaKushe namaLubi ayengelona yini ibutho elikhulu, elinezinqola eziningi nabamahhashi? kodwa ngenxa yokuthi wethembele kuJehova, wawanikela esandleni sakho.


Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli, uMsindisi wakho; nginikele iGibithe libe yisihlengo sakho, iTopiya neSheba esikhundleni sakho.


ITopiya, neLibhiya, neLidiya, nayo yonke ingxubevange, neKhubi, namadoda ezwe ahlangeneyo bayakuwa kanye nawo ngenkemba.


Kodwa iyoba namandla phezu kwengcebo yegolide nesiliva naphezu kwazo zonke izinto eziyigugu zaseGibhithe, futhi amaLibhiya namaKushe ayolandela ezinyathelweni zayo.


ITopiya neGibithe babengamandla alo, ayengenakuphela; uPhuthi namaLubi aba ngabasizi bakho.


Inani lempi yabamahhashi laliyizinkulungwane ezingamakhulu amabili; ngezwa umumo wabo.


USisera wabutha zonke izinqola zakhe, izinqola zensimbi ezingamakhulu ayisishiyagalolunye, nabo bonke abantu ababenaye, kusukela eHarosheti labezizwe kuze kufike emfuleni iKishoni.


Ngokuba benyuka nezinkomo zabo namatende abo, bafika njengesikhonyane ngobuningi; ngokuba bona namakamela abo babengenakubalwa, bangena ezweni ukuba balichithe.


AmaFilisti abuthana ukulwa no-Israyeli: izinqola eziyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nabamahhashi abayizinkulungwane eziyisithupha namadoda angangesihlabathi esisogwini lolwandle ngobuningi; benyuka bamisa inkamba eMigimasi ngasempumalanga kwaseBeti Aveni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ