Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 12:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Esikhundleni sazo inkosi uRehobowamu yenza izihlangu zethusi, yazinika induna yabalindi ababelinda umnyango wendlu yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Inkosi uRehobowamu yenza izihlangu zethusi esikhundleni sazo, yazinikela ezandleni zezinduna zabalindi abagcina umnyango wendlu yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Inkosi uRehobhowamu yenza izihlangu zethusi esikhundleni sazo, yazinikela ezandleni zezinduna zabalindi abaqapha umnyango wesigodlo senkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 12:10
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayehloniphekile kunabangamashumi amathathu, kodwa akafinyelelanga kwabathathu bokuqala. UDavide wammisa phezu kwabalindi bakhe.


UBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKreti nasePleti; amadodana kaDavide ayeyizinhloko.


Inkosi uSolomoni yenza amashekeli angamakhulu amabili egolide elikhandiweyo;


Inkosi uRehobowamu yenza izihlangu zethusi esikhundleni sazo, yazinikela esandleni senduna yemilindankosi, umlindi womnyango wendlu yenkosi.


Bheka, wayetuseka phakathi kwabangamashumi amathathu, kepha akafikanga kwabathathu bokuqala; uDavide wammisa phezu kwabalindi bakhe.


Kwathi inkosi ingena endlini kaJehova, kwafika abalindi bazithatha, bazibuyisela ekamelweni labalindi.


Khona-ke uShishaki, inkosi yaseGibhithe, wenyukela eJerusalema, wathatha ingcebo yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi; wathatha konke; wathatha nezihlangu zegolide uSolomoni ayezenzile.


Yeka indlela igolide elibuthuntu ngayo! igolide elicwengekileyo liguqulwa kanjani! amatshe endlu engcwele achithekile eziqongweni zazo zonke izitaladi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ