2 iziKronike 12:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Lapho uRehobowamu ebuqinisa ubukhosi, eziqinisa, washiya umthetho kaJehova, no-Israyeli wonke kanye naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwathi lapho umbuso kaRehobowamu usuqinisiwe, yena esenamandla, washiya umthetho kaJehova no-Israyeli wonke kanye naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Kwathi lapho umbuso kaRehobhowamu ususimeme waqina impela, wawushiya umthetho kaSimakade, no-Israyeli wonke wenza njengaye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
URehobowamu indodana kaSolomoni wabusa kwaJuda. URehobowamu wayeneminyaka engamashumi amane nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesikhombisa eJerusalema, umuzi uJehova awukhethile ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukuba amise khona igama lakhe. Igama likanina lalinguNahama wakwa-Amoni.
Inkosi uRehobowamu yaziqinisa eJerusalema, yabusa; ngokuba uRehobowamu wayeneminyaka engamashumi amane nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesikhombisa eJerusalema, umuzi uJehova awukhethile ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukuba awumise. Igama lakhe lapho. Igama likanina lalinguNahama wakwa-Amoni.