Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 URehobowamu wahlala eJerusalema, wakha imizi eyinqaba kwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 URehobowamu wahlala eJerusalema, wakha imizi ukuba ibe yizinqaba kwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 URehobhowamu wahlala eJerusalema, wakha imizi eyizinqaba kwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:5
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza ngokuhlakanipha, wabahlakazela bonke abantwana bakhe emazweni onke akwaJuda nakwaBenjamini, emizini yonke ebiyelweyo; wabanika ukudla okuningi. Futhi wafisa abesifazane abaningi.


Wathatha imizi ebiyelweyo yakwaJuda, wafika eJerusalema.


Wasusa kuyo yonke imizi yakwaJuda izindawo eziphakemeyo nezithombe ezibaziweyo; umbuso wazola phambi kwakhe.


Inkosi u-Asa yathatha wonke uJuda; basusa amatshe eRama nezinkuni zayo uBahesha akha ngakho; wakha ngayo iGeba neMispa.


UJehoshafati waba mkhulu kakhulu; wakha izinqaba nemizi yengcebo kwaJuda.


Wamisa impi emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda, wamisa amakhanda ezweni lakwaJuda nasemizini yakwa-Efrayimi u-Asa uyise ayithathileyo.


Uyise wabanika izipho ezinkulu zesiliva nezegolide nezinto eziyigugu kanye nemizi ebiyelweyo kwaJuda; kepha ubukhosi wabunika uJoramu; ngoba wayelizibulo.


Waphuma walwa namaFilisti, wadiliza ugange lwaseGati, nogange lwaseJabine, nogange lwase-Ashidodi, wakha imizi ngase-Ashidodi naphakathi kwamaFilisti.


Ngaphezu kwalokho, wakha imizi ezintabeni zakwaJuda, nasemahlathini wakha izinqaba nemibhoshongo.


Lapho impi yenkosi yaseBhabhiloni ilwa neJerusalema nayo yonke imizi yakwaJuda eyayisele, neLakishi ne-Azeka, ngoba le mizi eyinqaba yayisele emizini yakwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ