Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Khuluma kuRehobowamu indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nakuye wonke u-Israyeli kwaJuda nakwaBenjamini, uthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “Khuluma kuRehobowamu indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nakuye wonke u-Israyeli kwaJuda noBenjamini, ngokuthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 “Yisho kuRehobhowamu, indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nayo yonke indlu yakwa-Israyeli ekwaJuda neyakwaBhenjamini, uthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke laba bayizizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli; futhi yilokhu uyise akukhuluma kubo wababusisa; wababusisa kwaba yilowo nalowo ngokwesibusiso sakhe.


Kuze kube namuhla benza ngokwemikhuba yakuqala: abamesabi uJehova, abenzi njengezimiso zabo, nezahlulelo zabo, nomthetho nomyalo uJehova ayala ngakho abantwana bakwaJakobe, owambiza ngokuthi u-Israyeli.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli ababehlala emizini yakwaJuda uRehobowamu wabusa phezu kwabo.


Kepha izwi likaJehova lafika kuShemaya, umuntu kaNkulunkulu, lathi:


Usho kanje uJehova, uthi: Aniyikukhuphuka niyokulwa nabafowenu; buyelani, kube yilowo nalowo endlini yakhe, ngokuba lokhu kwenziwe kimi. Bawalalela amazwi kaJehova, babuya ekulweni noJerobowamu.


UMose waloba phansi onke amazwi kaJehova, waqeda ekuseni kakhulu, wakha i-altare phansi kwentaba nezinsika eziyishumi nambili ngokwezizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwe sakwaBenjamini, umHeberu wamaHeberu; ngokomthetho ngingumFarisi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ