2 iziKronike 11:23 - Contemporary Zulu Bible 202423 Wenza ngokuhlakanipha, wabahlakazela bonke abantwana bakhe emazweni onke akwaJuda nakwaBenjamini, emizini yonke ebiyelweyo; wabanika ukudla okuningi. Futhi wafisa abesifazane abaningi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Wenza ngokuhlakanipha, wahlakaza onke amadodana akhe emazweni onke akwaJuda noBenjamini, emizini yonke ebiyelweyo, wawanika ukudla okuningi, wawafunela abafazi abaningi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202023 Wenza ukuhlakanipha, amadodana akhe wawehlukanisa, ahlala emazweni wonke akwaJuda nakwaBhenjamini, nasemizini yonke ebiyelweyo; wawanika ukudla okuningi, wawatholela nabafazi abaningi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |