Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Abapristi namaLevi ababe ko-Israyeli wonke beza kuye bevela kuzo zonke izindawo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Abapristi namaLevi ayekwa-Israyeli wonke bazihlanganisa naye bephuma emikhawulweni yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Abaphristi nabaLevi ababekulo lonke elakwa-Israyeli bazihlanganisa noRehobhowamu, bevela kuzo zonke izifundazwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:13
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha abantwana bakwa-Israyeli ababehlala emizini yakwaJuda uRehobowamu wabusa phezu kwabo.


UBahasha, inkosi yakwa-Israyeli, wenyuka wamelana noJuda, wakha iRama, ukuze angavumeli muntu ukuba aphume noma angene ku-Asa, inkosi yakwaJuda.


Kwasekufika umuntu evela eBayelisa, walethela umuntu kaNkulunkulu isinkwa solibo, izinkwa zebhali ezingamatshumi amabili lezikhwebu ezigcwele emakhoba. Wathi: “Nika abantu ukuba badle.”


Emizini yonke wabeka izihlangu nemikhonto, wakwenza kwaba namandla kakhulu, uJuda noBenjamini beseduze kwakhe.


Ngokuba amaLevi ashiya amadlelo awo nempahla yawo, eza kwaJuda naseJerusalema, ngokuba uJerobowamu namadodana akhe babalahlile ukuba bangabe besaba ubupristi bukaJehova.


Ngomnyaka wamashumi amathathu nesithupha wokubusa kuka-Asa, uBahasha, inkosi yakwa-Israyeli, wenyuka wamelana noJuda, wakha iRama, ukuze angavumeli muntu ukuba aphume noma angene no-Asa inkosi yakwaJuda.


Bazungeza kwaJuda, babutha amaLevi kuyo yonke imizi yakwaJuda nezinhloko zoyise bakwa-Israyeli, bafika eJerusalema.


UHezekiya wathumela kuye wonke u-Israyeli noJuda, walobela o-Efrayimi noManase izincwadi ukuba beze endlini kaJehova eJerusalema, bamenzele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli iphasika.


Kodwa njengoba nithi: Isiprofetho sikaJehova; ngakho-ke, usho kanje uJehova; Ngokuba nisho leli zwi lokuthi: Isiprofetho sikaJehova, ngathumela kini ukuthi: Aniyikusho ukuthi: Umthwalo kaJehova;


Ziqaphele ukuthi ungamshiyi umLevi zonke izinsuku zakho emhlabeni.


Kodwa uma izwe lefa lenu lingcolile, dlulelani niye ezweni lefa likaJehova, lapho itabernakele likaJehova lihlala kulo, nidle ifa phakathi kwethu; kepha ungahlubuki kuJehova, ungasihlubuki, wazakhele i-altare ngase-altare likaJehova uNkulunkulu wethu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ