Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 URehobowamu esefikile eJerusalema, wabutha endlini yakwaJuda nakwaBenjamini amadoda akhethiweyo ayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili, ukuba alwe no-Israyeli, abuyisele ubukhosi kuRehobowamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 URehobowamu esefikile eJerusalema wabutha indlu yakwaJuda noBenjamini, abantu abakhethiweyo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihiyagalombili, amabutho, ukuba balwe no-Israyeli, bawubuyisele umbuso kuRehobowamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 URehobhowamu esefikile eJerusalema, waqoqa yonke indlu yakwaJuda nesizwana sakwaBhenjamini, abantu abakhethiweyo abayizi-180 000, amabutho, ukuze balwe nendlu yakwa-Israyeli, umbuso bawubuyisele kuye uRehobhowamu, indodana kaSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:1
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaphandle kwalokho okudliwe yizinsizwa, nesabelo samadoda ayehamba nami, o-Aneri, no-Eshikoli, noMamre; mabathathe ingxenye yabo.


Futhi lapho uJerobowamu eya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wafika eShekemi ukumbeka inkosi.


UJehova uyachitha icebo lezizwe; Uchitha amacebo abantu.


Akukho nkosi esindiswa ngobuningi bempi; iqhawe alisindiswa ngamandla amakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ