Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi uJerobowamu indodana kaNebati eseGibithe, lapho ayebalekele khona ebusweni benkosi uSolomoni, ekuzwa lokho, uJerobowamu wabuya eGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwathi lapho uJerobowamu indodana kaNebati ekuzwile ngokuba wayeseGibithe, lapho ayebalakele khona, ebalekele ubuso benkosi uSolomoni uJerobowamu wabuya eGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Kwathi ukuba uJerobhowamu, indodana kaNebhathi owayebalekele eGibhithe ngenxa yokwesaba inkosi uSolomoni, akuzwe lokho, wabuya eGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:2
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJerobowamu, indodana kaNebati, umEfrayimi waseSereda, inceku kaSolomoni, ogama likanina lalinguZeruwa umfelokazi, yebo, wasiphakamisela isandla sakhe enkosini.


Indoda uJerobowamu yayiliqhawe elinesibindi; lapho uSolomoni ebona insizwa ukuthi ikhuthele, wayimisa phezu kwayo yonke inkonzo yendlu kaJosefa.


USolomoni wazama ukubulala uJerobowamu. UJerobowamu wayeseqeda, wabalekela eGibithe kuShishaki inkosi yaseGibithe, wahlala eGibithe waze wafa uSolomoni.


Kwathi uJerobowamu indodana kaNebati eseseGibithe ekuzwile, ngokuba wabaleka ebusweni benkosi uSolomoni; uJerobowamu wahlala eGibithe.


Basebethumela bambiza. UJerobowamu no-Israyeli wonke beza bakhuluma kuRehobowamu, bathi:


Ezinye izindaba zikaSolomoni, ezokuqala nezokugcina, angithi zilotshiwe encwadini kaNathani umprofethi nasesiprofethweni sika-Ahiya waseShilo nasemibonweni ka-Ido umboni ngoJerobowamu indodana kaNebati na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ