Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 U-Israyeli wayihlubuka indlu kaDavide kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 U-Israyeli wayeseyihlubuka-ke indlu kaDavide kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 U-Israyeli wayihlubuka indlu kaDavide kuze kube yinamuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:19
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi wonke uIsrayeli esebonile ukuthi inkosi kayibalalelanga, abantu baphendula inkosi, bathi: Silesabelo sini kuDavida? futhi asinafa endodaneni kaJese; yilowo nalowo makaye ematendeni akho, Israyeli! Manje, Davide, gcina indlu yakho. Khona-ke wonke u-Israyeli waya ematendeni abo.


Zazikhipha izinti zomphongolo, ukuze izihloko zezinti zomphongolo zibonakale phambi kwekamelo elingaphakathi; kodwa ababonwanga ngaphandle. Lisekhona kuze kube namuhla.


Kusukela ezinsukwini zawobaba sisonile kakhulu kuze kube namuhla; futhi ngenxa yeziphambeko zethu, thina, amakhosi ethu nabapristi bethu, sanikelwa esandleni samakhosi amazwe enkembeni, ekuthunjweni nasekuphangweni nasekujabheni ubuso, njengoba kunjalo namuhla.


Uma abantwana bakhe beshiya umthetho wami, bengahambi ngezimiso zami;


Wena-ke, ndodana yomuntu, zithathele induku ibe nye, ulobe kuyo ukuthi: EkaJuda, neyabantwana bakwa-Israyeli, abangane bakhe; uthathe enye intonga, ulobe kuyo ukuthi: EkaJosefa, ukhuni luka-Efrayimi, nendlu yonke yakwa-Israyeli, abangane bakhe;


Bafika kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nasenxenyeni yesizwe sakwaManase ezweni lakwaGileyadi, bakhuluma kubo, bathi:


UJoshuwa wamisa amatshe ayishumi nambili phakathi kweJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi ababethwele umphongolo zazimi khona, asekhona kuze kube namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ