Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Inkosi uRehobowamu yathuma uHadoramu owayephethe ukutheliswa; abantwana bakwa-Israyeli bamkhanda ngamatshe, wafa. Kepha inkosi uRehobowamu yagijima masinyane ukumkhwelisa enqoleni yakhe, ibalekele eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Inkosi uRehobowamu yathuma u-Adoramu owayephezu kwezisebenzi; abantwana bakwa-Israyeli bamkhanda ngamatshe, wafa. Inkosi uRehobowamu yashesha ukukhwela inqola yayo ukuba ibalekele eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Inkosi uRehobhowamu yathuma u-Adoramu owayengamele izisebenzi ku-Israyeli. Kepha u-Israyeli wonke wamkhanda ngamatshe, wafa. Inkosi uRehobhowamu yashesha yagibela enqoleni yayo, yabaleka eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:18
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ahisari wayephezu kwendlu, u-Adoniramu indodana ka-Abida wayephethe abathelisi.


Wabathuma eLebanoni, izinkulungwane eziyishumi ngenyanga ngezigaba; inyanga babe seLebanoni, izinyanga ezimbili behlala ekhaya; u-Adoniramu wayephethe izisebenzi.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli ababehlala emizini yakwaJuda uRehobowamu wabusa phezu kwabo.


Bamakhela uzungu, bamkhanda ngamatshe ngesiyalezo senkosi egcekeni lendlu kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ