Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kepha abantwana bakwa-Israyeli ababehlala emizini yakwaJuda uRehobowamu wabusa phezu kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha abantwana bakwa-Israyeli abakhe emizini yakwaJuda, uRehobowamu wabusa phezu kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Kepha uRehobhowamu wabusa phezu kwabo bonke abantu bakwa-Israyeli ababakhe emizini yakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:17
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indodana yakhe ngizayinika isizwe esisodwa, ukuze inceku yami uDavida ibe lokukhanya njalo phambi kwami eJerusalema, umuzi engizikhethele wona ukuthi ngimise khona ibizo lami.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli ababehlala emizini yakwaJuda uRehobowamu wabusa phezu kwabo.


Kwathi wonke uIsrayeli esebonile ukuthi inkosi kayibalalelanga, abantu baphendula inkosi, bathi: Silesabelo sini kuDavida? futhi asinafa endodaneni kaJese; yilowo nalowo makaye ematendeni akho, Israyeli! Manje, Davide, gcina indlu yakho. Khona-ke wonke u-Israyeli waya ematendeni abo.


Inkosi uRehobowamu yathuma uHadoramu owayephethe ukutheliswa; abantwana bakwa-Israyeli bamkhanda ngamatshe, wafa. Kepha inkosi uRehobowamu yagijima masinyane ukumkhwelisa enqoleni yakhe, ibalekele eJerusalema.


URehobowamu esefikile eJerusalema, wabutha endlini yakwaJuda nakwaBenjamini amadoda akhethiweyo ayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili, ukuba alwe no-Israyeli, abuyisele ubukhosi kuRehobowamu.


Emizini yonke wabeka izihlangu nemikhonto, wakwenza kwaba namandla kakhulu, uJuda noBenjamini beseduze kwakhe.


Khuluma kuRehobowamu indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nakuye wonke u-Israyeli kwaJuda nakwaBenjamini, uthi:


Wena-ke, ndodana yomuntu, zithathele induku ibe nye, ulobe kuyo ukuthi: EkaJuda, neyabantwana bakwa-Israyeli, abangane bakhe; uthathe enye intonga, ulobe kuyo ukuthi: EkaJosefa, ukhuni luka-Efrayimi, nendlu yonke yakwa-Israyeli, abangane bakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ