Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngalokho inkosi ayizange ibalalele abantu, ngokuba le ndaba yayingekaNkulunkulu, ukuze uJehova afeze izwi lakhe alikhuluma ngesandla sika-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Inkosi ayibalalelanga abantu, ngokuba kwakuyisiyiba esivela kuNkulunkulu, ukuze uJehova amise izwi lakhe alikhulumayo ngesandla sika-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Inkosi ayibalalelanga abantu, ngokuba lokho kwakuvela kuSimakade, ukuze uSimakade agcwalise izwi alikhuluma ngomlomo ka-Ahiya waseShilo kuJerobhowamu, indodana kaNebhathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:15
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abisalomu nawo onke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi um-Arki singcono kuneseluleko sika-Ahithofeli. Ngokuba uJehova wanquma ukuchitha iseluleko esihle sika-Ahithofeli, ngenjongo yokuthi uJehova uzomehlisela okubi u-Abisalomu.


Ngakho inkosi ayizange ibalalele abantu; ngoba kwakuyisizathu sikaJehova ukuba agcwalise izwi lakhe uJehova alikhuluma ngenkonzo ka-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati.


Usho kanje uJehova, uthi: Aniyikukhuphuka nilwe nabafowenu, abantwana bakwa-Israyeli; buyelani, kube yilowo nalowo endlini yakhe; ngoba lokhu kungokwami. Balilalela izwi likaJehova, babuyela emuva ukuba bahambe njengezwi likaJehova.


Wayesethi uJehova: “Ngubani oyakuyenga u-Ahabi ukuba enyuke, afele eRamoti kwaGileyadi na? Futhi omunye washo kanje, futhi omunye washo ukuthi.


Wabaphendula njengeseluleko sezinsizwa, wathi: “Ubaba walenza ijoka lenu laba nzima, kepha mina ngiyakunezela kulokho; ubaba wanishaya ngezitswebhu, kepha mina ngiyakunishaya ngawofezela.”


Usho kanje uJehova, uthi: Aniyikukhuphuka niyokulwa nabafowenu; buyelani, kube yilowo nalowo endlini yakhe, ngokuba lokhu kwenziwe kimi. Bawalalela amazwi kaJehova, babuya ekulweni noJerobowamu.


UNkulunkulu wambulala u-Ahaziya ngokuza kuJoramu; ngoba ekufikeni kwakhe waphuma loJoramu ukuya kuJehu indodana kaNimshi, amgcobileyo uJehova ukuthi achithe indlu kaAhabi.


Ezinye izindaba zikaSolomoni, ezokuqala nezokugcina, angithi zilotshiwe encwadini kaNathani umprofethi nasesiprofethweni sika-Ahiya waseShilo nasemibonweni ka-Ido umboni ngoJerobowamu indodana kaNebati na?


UJehova waxubanisa umoya omubi kulo, balidukisa iGibhithe emisebenzini yalo yonke njengomuntu odakiwe ediyazela ebuhlanzweni bakhe.


Basebekhulumisana besithi: Kasingasidabuli, kodwa kasisenzele inkatho ukuthi sizakuba ngekabani; ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: Babelana izembatho zami, lesambatho sami benza inkatho yokuphosa. Akwenza-ke lokho amasosha.


yena esenikelwe ngecebo elimisiweyo nangokwazi kukaNkulunkulu ngaphambili, namthatha, ngezandla zababi nambethela, nambulala;


ukuba ngenze konke esakumisela ngaphambili isandla sakho namasu akho ukuba kwenziwe.


Kepha uSihoni inkosi yaseHeshiboni akasivumelanga ukuba sidlule kuye, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho wenza lukhuni umoya wakhe, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe ukuba amnikele esandleni sakho, njengokuba kubonakala namuhla.


Kodwa uyise nonina babengazi ukuthi kwakuvela kuJehova ukuthi wayefuna ithuba lokumelana namaFilisti, ngoba ngaleso sikhathi amaFilisti ayebusa phezu kuka-Israyeli.


Uma umuntu ona komunye, umahluleli makamahlulele; kepha uma umuntu ona kuJehova, ngubani ongamlamulela na? Kodwa kabalilalelanga ilizwi lendoda, ngoba uJehova wayezababulala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ