Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Inkosi yabaphendula kalukhuni; inkosi uRehobowamu yawushiya umphakathi wabadala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Inkosi yabaphendula kalukhuni; inkosi uRehobowamu yalahla isiluleko samalunga,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Inkosi yabaphendula kanzima abantu, yasishaya indiva iseluleko izingwevu ezazimeluleke ngaso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:13
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indoda, inkosi yezwe, yakhuluma kabi kithi, yasithatha njengezinhloli zezwe.


UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla.


UJerobowamu nabo bonke abantu beza kuRehobowamu ngosuku lwesithathu, njengalokho inkosi yayiyalile, yathi: “Buyelani kimi ngosuku lwesithathu;


Wabaphendula njengeseluleko sezinsizwa, wathi: “Ubaba walenza ijoka lenu laba nzima, kepha mina ngiyakunezela kulokho; ubaba wanishaya ngezitswebhu, kepha mina ngiyakunishaya ngawofezela.”


Kodwa wasishiya iseluleko amadoda amadala ayemnike sona, wacebisana nezinsizwa ayezonda ngazo ezazimi phambi kwakhe.


UFaro wasesithi kuye: Suka kimi, uzinakekele, ungabe usabona ubuso bami; ngoba ngalolosuku uba libona ubuso bami lizakufa.


Impendulo ethambileyo ibuyisa ulaka, kepha amazwi alimazayo avusa ulaka.


Abampofu bayanxusa; kodwa izicebi zaphendula kakhulu.


Yeka, ndodana yami, ukuzwa ukusola okudukisa emazwini olwazi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ