Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba lapho ubaba wanithwesa ijoka elinzima, mina ngiyakuneka futhi ejokeni lenu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Manje ubaba wanithwesa ijoka elisindayo, mina ngiyakwenezela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngawofezela.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Ubaba wanethwesa ijoka elinzima, mina-ke ngizothasisela ejokeni lenu. Ubaba wanishaya ngeziswebhu, kodwa mina ngizonishaya ngofezela.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:11
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsizwa ezikhuliswe kanye naye zakhuluma kuye, zathi: “Uzabaphendula kanje abantu abakhulume kuwe, uthi: ‘Uyihlo walenza ijoka lethu laba nzima, kepha ulenze libe lula kithi; ngakho-ke uzothi kubo: Ucikicane wami uyakuba mkhulu kunokhalo lukababa.


UJerobowamu nabo bonke abantu beza kuRehobowamu ngosuku lwesithathu, njengalokho inkosi yayiyalile, yathi: “Buyelani kimi ngosuku lwesithathu;


Hambani manje nisebenze; ngokuba aniyikunikwa tshani, nokho niyakusho inani lezitini.


Ngabathukuthelela abantu bami, ngalingcolisa ifa lami, ngabanikela esandleni sakho; endala wabeka ijoka lakho elinzima kakhulu.


Lokhu akusikho ukuzila engikukhethileyo na? ukuthukulula izibopho zobubi, ukuthukulula imithwalo esindayo, lokukhulula abacindezelweyo, lokuphula wonke amajogwe?


Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi; ngokuba ngimnene, ngithobekile ngenhliziyo; niyakufumana ukuphumula emiphefumulweni yenu.


Bonang, ke le neile matla a ho hata dinoha le diphepheng, le matla ohle a sera;


Zazinemisila efana neyofezela, zinezindosi emisileni yazo, namandla azo okulimaza abantu izinyanga eziyisihlanu.


Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, saphiwa amandla anjengamandla ofezela bomhlaba.


Sase sinikwa ukuba singababulali, kodwa bahlushwe izinyanga eziyisihlanu; nobuhlungu babo kwakunjengobuhlungu bukafezela, lapho eshaya umuntu.


Niyokhala ngalolo suku ngenxa yenkosi yenu enizikhethele yona; uJehova akayikunilalela ngalolo suku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ