Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 URehobowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wafika eShekemi ukumbeka inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 URehobowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wayefikile eShekemi ukumbeka inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 URehobhowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wayeye lapho eShekemi ukuba ambeke, abe yinkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrama wadabula izwe waze wafika endaweni yaseShekemi nase-okini laseMore. AmaKhanani ayekhona ezweni.


Ngakho inkosi uSolomoni yaba yinkosi phezu kukaIsrayeli wonke.


Onke lawo maqhawe anamandla okuhlela afika eHebroni ngenhliziyo epheleleyo ukubeka uDavide inkosi phezu kuka-Israyeli wonke; bonke abanye bakwa-Israyeli bavumelana ukumbeka uDavide inkosi.


Indodana kaSolomoni kwakunguRehobowamu, indodana yakhe uAbhiya, indodana yakhe u-Asa, indodana yakhe uJehoshafati,


Kwathi uJerobowamu indodana kaNebati eseGibithe, lapho ayebalekele khona ebusweni benkosi uSolomoni, ekuzwa lokho, uJerobowamu wabuya eGibithe.


USolomoni wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide uyise; uRehobowamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


USolomoni wazala uRehobowamu; uRehobowamu wazala uAbhiya; uAbhiya wazala uAsa;


Babeka iKedeshi eGalile entabeni yakwaNafetali, neShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi, neKiriyatarba eliyiHebroni ezintabeni zakwaJuda.


UJoshuwa wabutha zonke izizwe zakwa-Israyeli eShekemi, wabiza amalunga akwa-Israyeli, nezinhloko zabo, nabahluleli bakhe, nezinduna zabo; bazimisa phambi kukaNkulunkulu.


U-Abimeleki indodana kaJerubali waya eShekemi kubafowabo bakanina, wakhuluma kubo nakuwo wonke umndeni wendlu kayise, wathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ