Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 1:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 USolomoni wakhuphukela khona e-altare lethusi phambi kukaJehova elalingasetendeni lokuhlangana, wanikela phezu kwalo iminikelo yokushiswa eyinkulungwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 USolomoni wanikela khona phambi kukaJehova e-altare lethusi elalingasetendeni lokuhlangana, wanikela ngeminikelo eyinkulungwane yokushiswa phezu kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 USolomoni wakhuphuka waya e-althare lethusi elaliphambi kukaSimakade, lisethendeni lokuhlangana, wanikela kulo ngeminikelo yokushiswa eyinkulungwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 1:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yaya eGibeyoni ukuyohlabela khona; USolomoni wanikela ngeminikelo yokushiswa eyinkulungwane kulelo altare.


Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayibuthene kuyo babe nayo phambi komphongolo, benza imihlatshelo yezimvu nezinkomo ezingenakubalwa nezingenakubalwa ngenxa yobuningi.


USolomoni waletha umnikelo wokubonga awuletha kuJehova, izinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili. Inkosi nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bayingcwelisa indlu kaJehova.


Bahlabela uJehova imihlatshelo, banikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova ngangomuso izinkunzi eziyinkulungwane, nezinqama eziyinkulungwane, namawundlu ayinkulungwane neminikelo yakho yokuphuzwa nemihlatshelo eminingi ngo-Israyeli wonke.


USolomoni wanikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova e-altare likaJehova ayelakha phambi kompheme,


ILebanoni alanele ukuba lishiswe, nezilwane zalo azinele ukuba zibe ngumnikelo wokushiswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ