Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 1:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Bakhuphuka bakhipha eGibithe inqola ngamashekeli angamakhulu ayisithupha esiliva, nehhashi ngekhulu namashumi ayisihlanu; kanjalo bakhiphela onke amakhosi amaHeti namakhosi ase-Aramu amahhashi ngesandla sabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Bakhuphula, bakhipha eGibithe inqola ngamashekeli* angamakhulu ayisithupha esiliva, nehhashi ngayikhulu namashumi ayisihlanu; bawakhiphela kanjalo onke amakhosi amaHeti namakhosi ase-Aramu ngezandla zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Bathenga eGibhithe inqola, bayidayisa ngamashekeli esiliva angama-600, ihhashi lilinye libiza amashekeli ayi-150. Bathengisela wonke amakhosi amaHithi namakhosi ama-Aramu ngaleyo ndlela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 1:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inqola yakhuphuka yaphuma eGibithe ngamashekeli angamakhulu ayisithupha esiliva nehhashi ngekhulu namashumi ayisihlanu; bawakhiphela kuwo onke amakhosi amaHeti nasemakhosini ase-Aramu ngesandla sabo.


Kodwa ezonweni zikaJerobowamu indodana kaNebati onisa ngazo u-Israyeli, uJehu akasukanga kuzo, amathole egolide ayeseBethele nakwaDani.


Amahhashi uSolomoni ayenawo aphuma eGibithe nezindwangu zelineni; abathengisi benkosi bamukela ilineni ngentengo.


USolomoni wanquma ukwakhela igama likaJehova indlu, nendlu yombuso wakhe.


Basebemletha uSolomoni amabhiza eGibhithe lakuwo wonke amazwe.


Ngikufanise, sithandwa sami, neviyo lamahhashi ezinqoleni zikaFaro.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ