Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 AmaKhosi 12:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kepha izindawo eziphakemeyo azisuswanga; abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, kushunqe umusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Nokho izindawo eziphakemeyo azisuswanga; abantu babesahlaba, besashisa impepho ezindaweni eziphakemeyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Kepha-ke akazisusanga izindawo eziphakemeyo; abantu babesalokhu behlaba, beshisa nempepho kuzo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 AmaKhosi 12:3
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha izindawo eziphakemeyo azisuswanga, kepha abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, bashunqa nomusi.


Wasusa izindawo eziphakemeyo, wadiliza izithombe, wagawula izihlahla, waphula inyoka yethusi uMose ayeyenzile, ngokuba kwaze kwaba yilezo zinsuku abantwana bakwa-Israyeli bashunqa kuyo umusi, wayiqamba ngokuthi uNehustan.


Kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga; abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, bashunqa umusi. Wakha isango eliphezulu lendlu kaJehova.


Wahamba ezindleleni zonke zika-Asa uyise; akaphambukanga kukho ngokwenza okulungile emehlweni kaJehova; kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga; ngoba abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, bathunqa intuthu.


Kodwa izindawo eziphakemeyo azizange zichezuke; kepha inhliziyo ka-Asa yayiphelele kuJehova zonke izinsuku zakhe.


Ngokuba ngaphulile ijoka lakho endulo, ngaphula izibopho zakho; wena wathi: Kangiyikweqa; lapho nizulazula niphinga kuwo wonke amagquma aphakeme naphansi kwayo yonke imithi eluhlaza.


Ngaphezu kwalokho, wayala abantu ababehlala eJerusalema ukuba banike abapristi namaLevi isabelo, ukuze baqiniswe emthethweni kaJehova.


UJowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova zonke izinsuku zakhe uJehoyada umpristi amfundisa ngazo.


ngaphandle kokuthi izindawo eziphakemeyo azisuswanga; abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, benyusa impepho.


U-Asa wenza okulungile emehlweni kaJehova njengoDavide uyise.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengalokho enzile uyise u-Amasiya;


Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengalokho enzile uDavide uyise.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, wahamba ngezindlela zonke zikaDavide uyise, akaphambukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ