Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 7:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Abantu baseKiriyati Jeharimi bafika bawuthatha umphongolo kaJehova, bawuyisa endlini ka-Abinadaba entabeni, bangcwelisa u-Eleyazare indodana yakhe ukuba agcine umphongolo kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Abantu baseKiriyati Jeharimi bafika, bakhuphula umphongolo kaJehova, bawungenisa endlini ka-Abinadaba entabeni, bamngcwelisa u-Eleyazare indodana yakhe ukuba agcine umphongolo kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Abantu baseKiriyathi Jeharimi bafika belethe umphongolo kaSimakade, bawungenisa endlini ka-Abhinadaba entabeni, bangcwelisa u-Eleyazare, indodana yakhe, ukuba anakekele umphongolo kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 7:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Masiwubuyisele kithi umphongolo kaNkulunkulu wethu, ngokuba asibuzanga kuwo emihleni kaSawule.


Bheka, sikuzwile e-Efrati, sikufumene endle;


Sukani, sukani, lisuke lapho, lingathinti okungcolileyo; phuma kuye; Hlambuluka nina eniphatha izitsha zikaJehova.


Umkhawulo wasuka lapho, wazungeza engosini yolwandle ngaseningizimu, kusukela entabeni ephambi kweBeti Horoni ngaseningizimu; ukuphuma kwawo kwakuseKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, umuzi wabantwana bakwaJuda; kwakuyiwadi esentshonalanga.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu. Imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBheroti, neKiriyati Jeharimi.


Bathuma izithunywa kwabakhileyo eKiriyati Jeharimi ukuthi: “AmaFilisti awubuyisile umphongolo kaJehova; yehla uzoyicosha kuwe.


Kwathi umphongolo usekhona eKiriyati Jeharimi, isikhathi saba side; ngokuba kwaba yiminyaka engamashumi amabili, yonke indlu yakwa-Israyeli yamlilela uJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ