1 Samuweli 6:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Wabulala abantu baseBeti Shemeshi, ngokuba babebheke emphongolweni kaJehova, yebo, wabulala abantu abangamashumi ayisithupha nanhlanu; isibhicongo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Wabulala abantu baseBeti Shemeshi, ngokuba babebukile umphongolo kaJehova; wabulala kubantu amadoda angamashumi ayisikhombisa emadodeni ayizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu; abantu balila, ngokuba uJehova wabulala abantu ngokubulala okukhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202019 Wabulala abantu baseBhethi Shemeshi ngokuba babebuke emphongolweni kaSimakade. Wabulala abangama-70 kubo emadodeni ayeyizi-50 000. Abantu balila ngoba uSimakade wabulala abantu abaningi kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.