Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 6:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 AmaLevi ehlisa umphongolo kaJehova nebhokisi elalinawo, okwakukhona kuwo izinto zegolide, awubeka phezu kwetshe elikhulu; abantu baseBeti Shemeshi banikela ngeminikelo yokushiswa nemihlatshelo kuJehova ngalona lolo suku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 AmaLevi ayethulile umphongolo kaJehova nebhokisi elalinawo, okwakukulo impahla yegolide, akubeka etsheni elikhulu; abantu baseBeti Shemeshi banikela ngeminikelo yokushiswa, bahlabela uJehova imihlatshelo ngalolo suku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 AbaLevi bawehlisa umphongolo kaSimakade nebhokisi elaliseceleni kwawo, okwakukulo izinto ezenziwe ngegolide, base bewubeka phezu kwetshe elikhulu. Ngalolo lusuku abantu baseBhethi Shemeshi banikela ngeminikelo yokushiswa, benza nemihlatshelo kuSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 6:15
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umkhawulo wasuka eBhahala ngasentshonalanga, waya entabeni yaseSeyiri, wadlulela eceleni kweNtaba iJeharimi eyiKesaloni ngasenyakatho, wehlela eBeti Shemeshi, wadlulela eThimna;


Bayala abantu, bathi: “Nxa nibona umphongolo wesivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wenu nabapristi bamaLevi abawuthwalayo, nisuke endaweni yenu, niwulandele.


namagundane egolide ngokwesibalo semizi yonke yamaFilisti eyezikhulu eziyisihlanu, imizi ebiyelweyo neyasemaphandleni, kwaze kwaba etsheni elikhulu lika-Abela abawubeka phezu kwalo umphongolo wesivumelwano sikaJehova. NKOSI itshe elisekhona nanamuhla esiqeshini sezwe likaJoshuwa waseBeti Shemi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ