Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 31:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Abakhileyo eJabeshi kwaGileyadi bezwa lokho amaFilisti ayekwenzile kuSawule;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Sebezwile abakhe eJabeshi Gileyadi lokho amaFilisti ayekwenzile kuSawule,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Kwathi ukuba izakhamuzi zaseJabheshi Gileyadi zizwe ngokwenziwe ngamaFilisti kuSawule,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 31:11
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadoda akwaJuda afika amgcoba lapho uDavide abe yinkosi phezu kwendlu yakwaJuda. Bamtshela uDavide, bathi: “Ngamadoda aseJabeshi eGileyadi ammbela uSawule.”


UDavide wahamba wawathatha amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe kubantu baseJabeshi eGileyadi, ababewebile esigcawini saseBeti Shani, lapho amaFilisti ayebalengise khona, lapho amaFilisti enqoba uSawule eGilibowa.


Lapho lonke iJabeshi eGileyadi likuzwa konke amaFilisti ayekwenzile kuSawule,


Basebesithi: Ngubani ezizweni zakoIsrayeli ongakhuphukelanga eNkosini eMispa? bheka, kwakungekho muntu ekamu laseJabeshi kwaGileyadi emva kokuhlangana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ