Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 30:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 nakulabo ababeseBethele, nakulabo ababeseningizimu yeRamoti, nakulabo ababeseJatiri,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 kwabaseBethele, nakwabaseRamoti laseNingizimu, nakwabaseJatiri,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Wabathumelela abaseBhethele, abaseRamothi eNegevu, abaseJathiri,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 30:27
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wasuka lapho wenyukela entabeni esempumalanga kwaseBethele, wamisa itende lakhe, iBethele lingasentshonalanga ne-Ayi ngasempumalanga; wamakhela khona uJehova i-altare, wabiza igama likaJehova.


Waqamba leyo ndawo ngokuthi iBethele, kepha igama lalowo muzi laqala ngokuthi iLus.


Futhi ezintabeni, iSamiri, neJatiri, neSoko,


Inkatho yabantwana bakwaJosefa yawela eJordani ngaseJeriko emanzini aseJeriko ngasempumalanga ehlane elenyuka lisuka eJeriko ngasentabeni yaseBethele;


Wasuka eBethele, waya eLushe, wadabula emingceleni yase-Arki e-Atharoti;


Nayo yonke imizi eyayizungeza leyo mizi kwaze kwaba seBahalati Beyeri, iRama laseNingizimu. Leli yifa lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngezizukulwane zabo.


neJatiri namadlelo alo, ne-Estemowa namadlelo alo,


UJoshuwa wayesethuma amadoda asuka eJeriko aya e-Ayi eseduze neBeti Aveni ngasempumalanga kwaseBethele, wakhuluma kuwo, wathi: “Khuphukani, nilihlole izwe.” Akhuphuka amadoda, abheka i-Ayi.


UJoshuwa wabathuma, baqamekela, bahlala phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga kwase-Ayi; kepha uJoshuwa walala phakathi kwabantu ngalobo busuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ