Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 3:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngalokho ngafunga kuyo indlu ka-Eli ukuthi ububi bendlu ka-Eli abuyikuhlanjululwa kuze kube phakade ngomhlatshelo nangomnikelo wokudla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngalokho ngifungile ngendlu ka-Eli ukuthi ububi bendlu ka-Eli abuyikuhlangulwa ngomhlatshelo nangomnikelo kuze kube phakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Ngakho-ke ngafunga mayelana nendlu ka-Eli ukuthi inkohlakalo yendlu ka-Eli ayisoze yahlangulwa ngomhlatshelo nangomnikelo kuze kube phakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 3:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba awuyifuni imihlatshelo; ngaphandle kwalokho bengizokunika. Awuthokozi ngomnikelo wokushiswa.


UJehova wembula ezindlebeni zami ukuthi: Impela lobu bubi abuyikusulwa kini, nize nife, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Wayesethi uJehova kimi: “Noma oMose noSamuweli babemi phambi kwami, nokho imicabango yami yayingenakubhekisa kulaba bantu; zilahle ebusweni bami, ziphume.


Ngakho ungabakhulekeli lababantu, ungabaphakamiseli ukukhala loba umkhuleko, ungangincengi, ngoba kangiyikukuzwa.


Ekungcoleni kwenu kukhona ihlazo; ngoba ngikuhlambulule, ungahlanjululwanga, kawusayikuhlanjululwa ekungcoleni kwakho, ngize ngehlisele ulaka lwami phezu kwakho.


Ngakho kumelwe uhlukanise abantwana bakwa-Israyeli nokungcola kwabo; funa bafe ekungcoleni kwabo, uma bengcolisa itabernakele lami eliphakathi kwabo.


Uma umuntu ona komunye, umahluleli makamahlulele; kepha uma umuntu ona kuJehova, ngubani ongamlamulela na? Kodwa kabalilalelanga ilizwi lendoda, ngoba uJehova wayezababulala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ