1 Samuweli 29:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 U-Akhishi wayesembiza uDavide, wathi kuye: “Ngempela, kuphila kukaJehova, wena ulungile, nokuphuma kwakho nokungena kwakho nami empini kuhle emehlweni ami; ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela osukwini lokufika kwakho kimi kuze kube namuhla; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 U-Akhishi wambiza uDavide, wathi kuye: “Kuphila kukaJehova, wena uqotho; ukuphuma kwakho nokungena kwakho nami empini kuhle emehlweni ami, ngokuba angifumananaga bubi kuwe kusukela osukwini lokufika kwakho kimi kuze kube namuhla; nokho emehlweni amakhosi awumuhle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 U-Akhishi wambiza uDavide, wathi kuye: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade, wena uqotho; ngikubone kukuhle emehlweni ami ukuba uphume futhi ubuye nami empini, ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela ngosuku owafika ngalo kimi kuze kube namuhla, kodwa amakhosi awakuboni kukuhle ukuba uhambe nathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |