Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 29:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abantwana bakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 AmaFilisti aqoqela wonke amabutho awo e-Afeki; u-Israyeli wayekanise ngasemthonjeni oseJizreyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 29:1
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

wamenza inkosi kwaGileyadi, naseAsiriya, naseJizreyeli, nakuEfrayimi, nakuBenjamini, nakuIsrayeli wonke.


Kwathi amaFilisti esezwile ukuthi bamgcobile uDavida abe yinkosi phezu kukaIsrayeli, wonke amaFilisti enyuka ukumdinga uDavida; uDavide wezwa, wehlela entabeni enqabeni.


Kepha abanye babalekela e-Afeki emzini; kwawela ugange phezu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesikhombisa. UBhenihadadi wabaleka, wangena emzini ekamelweni elingaphakathi.


Emva kwalokho uNaboti waseJizreyeli wayenesivini esasiseJizreyeli ngasesigodlweni sika-Ahabi inkosi yaseSamariya.


UJehova wakhuluma nango-Izebeli, wathi: “Izinja ziyakumudla u-Izebeli odongeni lwaseJizreyeli.”


UJehu esefikile eJizreyeli, u-Izebeli wezwa; wapenda ubuso wakhathala walunguza ngefasitela.


Basebebuya bamtshela. Wathi: “Nanti izwi likaJehova alikhuluma ngenkonzo yenceku yakhe u-Eliya waseThishibi, ethi: “Izinja ziyakuyidla inyama ka-Izebeli endaweni yaseJizreyeli.


noGebali, no-Amoni, no-Amaleki; amaFilisti kanye nabakhileyo eTire;


inkosi yase-Afeki, eyodwa; inkosi kaLazaro, inye;


Abantwana bakwaJosefa bathi: “Intaba ayisaneli; futhi wonke amaKhanani ahlala ezweni lasesigodini anezinqola zensimbi, lawo avela eBheti-Sheyani nasemizini yawo, nalabo abavela esigodini sesifufula. EJizreyeli.


Umkhawulo wabo wawuseJizreyeli, neKesuloti, neShunemi;


NeUma, ne-Afeki, neRehobe: imizi engamashumi amabili nambili nemizana yayo.


Bonke abakwaMidiyani nama-Amaleki nabantwana basempumalanga babuthana, bawela, bamisa esigodini saseJizreyeli.


UJerubali, onguGideyoni, namadoda onke ayenaye, bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; impi yamaMidiyani yayisenyakatho yabo ngasegqumeni laseMore esigodini.


Wakuletha phambi kukaSawule naphambi kwezinceku zakhe; badla. Base besukuma bahamba ngalobo busuku.


AmaFilisti abuthana, eza amisa inkamba eShunemi; uSawule wabutha wonke u-Israyeli, wamisa eGilibowa.


Ilizwi likaSamuweli lafika kuIsrayeli wonke. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa e-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ