Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 27:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena namadoda akhe, kwaba yilowo nalowo nendlu yakhe, noDavide enabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili waseKarmeli, umkaNabali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena nabantu bakhe, kwaba yilowo nalowo nomuzi wakhe, uDavide enawomkakhe bobabili, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili waseKarmeli umkaNabali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 UDavide wahlala no-Akhishi eGathi, yena nabantu bakhe, kwaba yilowo nalowo nabendlu yakhe, uDavide nomkakhe ababili, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abhigayili waseKharimeli, umkaNabali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 27:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wayesethuma amadoda akhe aye naye ukuba akhuphuke, kube yilowo nalowo nendlu yakhe, ahlala emizini yaseHebroni.


Igama lalowo muntu lalinguNabali; igama lomkakhe lalingu-Abigayili; futhi wayengowesifazane onengqondo enhle futhi ebukekayo; wayengowendlu kaKalebi.


USawule watshelwa ukuthi uDavide ubalekele eGati, wayengasamfuni.


UDavide nabantu bakhe bangena emzini, bheka, wawushisiwe ngomlilo; omkabo namadodana abo namadodakazi abo bathunjwa.


Nabafazi bakaDavide ababili bathunjwa, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ