Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 25:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Futhi ibusisiwe iseluleko sakho, futhi ubusisiwe wena ongivimbele namuhla ukuba ngichithe igazi futhi ungiphindisele ngesandla sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Futhi makubusiswe ukuhlakanipha kwakho, ubusiswe nawe ongivimbele namuhla ukungena ecaleni legazi nokuzisindisa ngesandla sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

33 Makubusiswe ukuhlakanipha kwakho, ubusiswe nawe ongivimbele namuhla ukungena ecaleni legazi nokuziphindiselela ngesandla sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 25:33
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Olungileyo makangishaye; kuyakuba umusa, angithethise; kuyakuba ngamafutha amahle kakhulu;


Uma isela lifunyanwa lifohla, lishaywa, laze lafa, akukho gazi elichithwa phezu kwalo.


Umthetho wohlakaniphileyo ungumthombo wokuphila, ukuze kusukwe ezingibeni zokufa.


Ukukhuzwa kuyeza kumuntu ohlakaniphileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Njengecici legolide nomhlobiso wegolide elicwengekileyo, kunjalo ukusola okuhlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Njengekhanzi ngesiliva, nesithando ngegolide; unjalo umuntu ekudunyisweni kwakhe.


Okhuza umuntu kamuva uyakufumana umusa kunomuntu othophayo ngolimi.


Mfundise ohlakaniphileyo, uyakuhlakanipha nakakhulu; fundisa olungileyo, khona-ke uyoba nemfundo eyengeziwe.


Ngokuba uma umuntu efumana isitha sakhe, uyakusikhulula na? ngalokho uJehova uyakukuvuza kahle ngalokho okwenze kimi namuhla.


Ngakho-ke, nkosi yami, kuphila kukaJehova nokuphila komphefumulo wakho, lokhu uJehova ukuvimbile ukuba ungezi ukuchitha igazi nokuziphindisela ngesandla sakho, izitha zakho nabenza okubi mazifune iNkosi yami, njengoNabali.


kungabi kini usizi noma isikhubekiso senhliziyo enkosini yami, ukuthi nichithe igazi ngeze, noma ukuthi inkosi yami iziphindisele; kepha uma uJehova enze okuhle enkosini yami, khumbula inceku yakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ