Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 25:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kuyakuthi uma uJehova enzile enkosini yami njengakho konke okuhle akukhulumileyo ngawe, wakumisa ube ngumbusi kwa-Israyeli;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kuyakuthi lapho uJehova esekwenzile enkosini yami njengakho konke okuhle akukhulumileyo ngawe, akubeke ube ngumbusi kwa-Israyeli,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Kuyothi lapho uSimakade esekwenzile konke okuhle enkosini yami njengoba ekhulumile ngawe, akumise ube ngumbusi kwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 25:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nakudala uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha u-Israyeli, wabangenisa; uJehova wathi kuwe: ‘Kumelwe unakekele abantu bami u-Israyeli, futhi wena kumelwe ube umbusi phezu kuka-Israyeli.


Ngifumene inceku yami uDavide; Ngamgcoba ngamafutha ami angcwele.


Kepha manje umbuso wakho awuyikuba khona; uJehova wazifunela indoda ethandwa yinhliziyo yakhe; uJehova wamyala ukuba abe ngumbusi phezu kwabantu bakhe, ngokuba awugcinanga lokho uJehova akuyala ngakho.


USamuweli wasesithi kuye: Lamuhla uJehova udabule umbuso wakoIsrayeli kuwe, wawunika umakhelwane wakho ongcono kulawe.


Wathi kuye: “Ungesabi, ngokuba isandla sikaSawule ubaba asiyikukuthola; uzakuba yinkosi phezu kukaIsrayeli, mina ngibe lawe; lobaba uSawuli uyakwazi lokhu.


Manje funga kimi ngoJehova ukuthi awuyikuqeda inzalo yami emva kwami, nokuthi awuyikuqeda igama lami endlini kababa.


kungabi kini usizi noma isikhubekiso senhliziyo enkosini yami, ukuthi nichithe igazi ngeze, noma ukuthi inkosi yami iziphindisele; kepha uma uJehova enze okuhle enkosini yami, khumbula inceku yakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ