Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 24:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 USawule wayesethatha amadoda ayizinkulungwane ezintathu akhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba wayofuna uDavide namadoda akhe emadwaleni ezimbuzi zasendle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 USawule wayesethatha abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba ukumfuna uDavide nabantu bakhe emaDwaleni amaGogo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 USawule wathatha abantu abayizi-3 000 ababekhethwe phakathi kwawo wonke u-Israyeli, wahamba nabo, bayofuna uDavide nabantu bakhe emaDwaleni amaGogo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 24:2
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “UJehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomsindisi wami;


Uyasazi yini isikhathi lapho izimbuzi zasendle zizala khona na? noma ungakwazi ukumaka lapho indluzelekazi ithola amathole?


Amagquma aphakeme ayisiphephelo sezinyamazane; namadwala ngamacone.


Lapho abahluleli babo bechithwa ezindaweni zamatshe, bayakulalela amazwi ami; ngoba zimnandi.


Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.


USawule wazikhethela amadoda ayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazo zazinoSawule eMigimasi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane inoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Ngakho uSawule wabuya ekumsukeleni uDavide, waya ukuhlangabezana namaFilisti; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iSelama-Hlekoti.


USawule wayeseqeda, wehlela ehlane laseZifi, kanye naye abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo bakwa-Israyeli ukumfuna uDavide ehlane laseZifi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ