Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 23:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Hambani nizilungisele, nazi, nibone indawo yakhe lapho ehlala khona nokuthi ngubani owambona khona; ngoba ngitsheliwe ukuthi wenza ubuqili obukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Manihambe, niqinise, nazi, nibone indawo yakhe lapho kukhona unyawo lwakhe nokuthi ubonwe ngubani khona, ngokuba ngitsheliwe ukuthi unobuqili impela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Ake nihambe, niqinisekise impela, nazi, futhi nibone ukuthi ukuphi nokuthi ngubani ombone lapho, ngokuba ngizwile ukuthi wenza izinto ngobuhlakani obumangalisayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 23:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bhekani, manje ucashile komunye umgodi noma kwenye indawo; uma abanye kubo beketulwa kuqala, yilowo nalowo ozwayo uyakuthi: ‘Kukhona ukubulalana phakathi kwabantu abalandela u-Abisalomu.


Wathi: “Hambani nibone lapho ekhona, ukuze ngithumele ngimlande.” Wabikelwa ukuthi: “Bheka, useDothani.”


Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo, nesiluleko sabafundisi bamanga siphendukezelwe.


USawuli wasesithi: Libusiswe nguJehova! ngoba ungihawukele.


Bhekani, nibone zonke izindawo zokucasha lapho ecasha khona, nibuyele kimi impela, ngiyakuhamba nani; uma ekhona ezweni, ngiyakumphenya kuzo zonke izinkulungwane zakwaJuda.


nakulabo ababeseHebroni, nakuzo zonke izindawo lapho uDavide ngokwakhe nabantu bakhe babevame ukuhamba khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ