1 Samuweli 22:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Inkosi yayisithi kwabahamba ngezinyawo ababemi nxazonke: “Phendukani, nibulale abapristi bakaJehova; ngokuba isandla sabo sinoDavide, nangenxa yokuthi bazi ngesikhathi ebaleka, bengangazisanga. Kepha izinceku zenkosi azivumanga ukwelula isandla sazo ukuba zihlasele abapristi bakaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Inkosi yathi kuzo izigijimi ezazimi ngakuyo: “Sondelani, nibulale abapristi bakaJehova, ngokuba nesandla sabo sinaye uDavide nangokuba bazi ukuthi uDavide wabaleka, bengakwambulelanga kimi.” Kepha izinceku zenkosi azivumanga ukwelula isandla sazo ukuba zisukele abapristi bakaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202017 Inkosi yathi ezigijimini ezazimi ngakuyo: “Phendukani, nibulale abaphristi bakaSimakade, ngokuba nabo bahlangene noDavide, bathe bazi ukuthi uyabaleka, kodwa abaze bangitshela.” Kepha izinceku zenkosi azivumanga ukwelula isandla sazo zibulale abaphristi bakaSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |