Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 20:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 USawule wamjikijela ngomkhonto ukuba amgwaze, uJonathani wazi ukuthi uyise unqume ukumbulala uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 USawule wamgema ngomkhonto ukuba amgwaze; wayesekwazi uJonathani ukuthi uyise unqume ukumbulala uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

33 USawule wamciba ngomkhonto efuna ukumgwaza ngawo; uJonathani wase azi ukuthi uyise uhlose ukubulala uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 20:33
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wazama ukubulala uJerobowamu. UJerobowamu wayeseqeda, wabalekela eGibithe kuShishaki inkosi yaseGibithe, wahlala eGibithe waze wafa uSolomoni.


USawule wawuphonsa umkhonto; ngoba wathi: Ngizamtshaya uDavida ngalo emdulini. UDavide wasuka kabili ebusweni bakhe.


USawule wazama ukumgwaza uDavide odongeni ngomkhonto; kepha washelela ebusweni bukaSawule, wagwaza umkhonto odongeni; uDavide wabaleka, waphunyuka ngalobo busuku.


UJonathani wasukuma etafuleni ngolaka olukhulu, akadlanga lutho ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayedabukile ngenxa kaDavide, lokhu uyise emhlazisile.


Uma esho kanje: “Kuhle; inceku yakho iyakuba nokuthula, kepha uma ithukuthela kakhulu, yazi-ke ukuthi inqunyelwe okubi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ