Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 2:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Bheka, izinsuku ziyeza engiyakunquma ngazo ingalo yakho nengalo yendlu kayihlo ukuba kungabikho xhegu endlini yakho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Bheka, izinsuku ziyeza engiyakunquma ngazo ingalo yakho nengalo yendlu kayihlo ukuba kungabikho xhegu endlini yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Uyabona-ke, ziyeza izinsuku engiyakunquma ngazo amandla akho namandla endlu kayihlo ukuze kungabi bikho ngwevu endlini yakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 2:31
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yasibeka uBenaya indodana kaJehoyada ekamelweni lakhe phezu kwempi; uSadoki umpristi wamisa inkosi ekamelweni lika-Abiyathara.


Abafelokazi wabamukisa bengenalutho, nezingalo zezintandane zaphulwa.


Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova usekela abalungileyo.


NamaLevi asuka kude nami ekudukeni kuka-Israyeli, aduka kimi, alandela izithombe zawo; futhi bayothwala ububi babo.


no-Ahiya, indodana ka-Ahithubi, umfowabo ka-Ikabodi, indodana kaFinehasi, indodana ka-Eli, umpristi kaJehova eShilo, enengubo yehlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.


Ngalolo suku ngiyakumenzela u-Eli konke engikukhulume ngendlu yakhe; uma ngiqala, ngizoqeda futhi.


AmaFilisti azihlelela ukulwa no-Israyeli; babulala endle amadoda angaba yizinkulungwane ezine.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ