Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 18:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 USawule wabona, wazi ukuthi uJehova wayenoDavide nokuthi uMikhali indodakazi kaSawule wayemthanda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 USawule wabona, wazi ukuthi uJehova unoDavide; uMikhali indodakazi kaSawule wamthanda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 USawule wakubona lokho, wazi ukuthi uSimakade unoDavide. UMikhali, indodakazi kaSawule, wamthanda uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 18:28
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bethi: “Sibonile nokubona ukuthi uJehova unawe; sathi: ‘Makube khona isifungo phakathi kwethu, phakathi kwethu nawe, senze isivumelwano nawe;


ULabani wayesethi kuye: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, hlala, ngokuba ngibonile ukuthi uJehova ungibusisile ngenxa yakho.”


Inkosi yakhe yabona ukuthi uJehova unaye, nokuthi uJehova wakuphumelelisa konke akwenzayo esandleni sakhe.


Bheka, ngiyakubakhipha esinagogeni likaSathane, abathi bangamaJuda, bengesiwo, kodwa beqamba amanga; bheka, ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


UMikhali indodakazi kaSawule wathanda uDavide;


UDavide wazilungiselela, wahamba yena nabantu bakhe, wabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu amabili; uDavida waletha amajwabu awo, basebenika inkosi indaba zonke, ukuze abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wamnika uMikhali indodakazi yakhe ibe ngumkakhe.


USawule wamesaba kakhulu uDavide; uSawule waba yisitha sikaDavide kulo lonke.


Manje bheka, ngiyazi kahle ukuthi uyakuba yinkosi impela, nokuthi umbuso wakwa-Israyeli uyakuqiniswa esandleni sakho.


USawuli wasesithi kuDavida: Ubusisiwe wena, ndodana yami Davide; uzakwenza izinto ezinkulu njalo unqobe. UDavide wahamba, uSawule wabuyela endaweni yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ