Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 18:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngakho lapho uSawule ebona ukuthi uhlakaniphe kakhulu, wamesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Lapho uSawule ebona ukuthi waziphatha ngokuhlakanipha, wamesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 USawule ebona ukuthi uDavide unempumelelo, wamesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 18:15
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umuntu omuhle uyahawukela, atsheleke; Uzoqhuba izindaba zakhe ngokuxoxa.


Hambani ngokuhlakanipha kwabangaphandle, nithengisise isikhathi.


Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.


Kepha ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kuhlanzekile, bese kuba-nokuthula, nokumnene, nokulalela, kugcwele isihawu nezithelo ezinhle, akunabandlululo, nokungazenzisi.


USawule wamesaba uDavide, ngokuba uJehova wayenaye, wasuka kuSawule.


UDavide waziphatha ngokuhlakanipha kuzo zonke izindlela zakhe; uJehova wayenaye.


Kepha wonke u-Israyeli noJuda bamthanda uDavide, ngokuba wayengena ephuma phambi kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ