Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 17:52 - Contemporary Zulu Bible 2024

52 Amadoda akwa-Israyeli noJuda azilungisa, amemeza, awaxosha amaFilisti, kwaze kwaba sesigodini nasemasangweni ase-Ekroni. Abalimeleyo bamaFilisti bawa endleleni eya eSaharayimi, kuze kufike eGati nase-Ekroni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Abantu bakwa-Israyeli nabakwaJuda basuka bakhamuluka, bawaxosha amaFilisti kwaze kwaba seGayi nasemasangweni ase-Ekroni. Abalimeleyo bamaFilisti bawa ngasendleleni eya eShaharayimi, kwaze kwaba seGati nase-Ekroni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

52 Abantu bakwa-Israyeli nabakwaJuda basuka bakhamuluka, bawaxosha amaFilisti kwaze kwaba seGathi nasemasangweni e-Ekhroni. Abalimeleyo bamaFilisti bawa ngasendleleni eya eShaharayimi, kwaze kwaba seGathi nase-Ekhroni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 17:52
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wasukuma wawahlula amaFilisti, saze sakhathala isandla sakhe, sanamathela enkembeni; uJehova wenza insindiso enkulu ngalolo suku; amadoda abuya emva kwakhe ukuyophanga kuphela.


Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yanqoba amahhashi nezinqola, yawachitha ama-Aramu ngokuceka okukhulu.


umkhawulo waphuma waya eceleni kwe-Ekroni ngasenyakatho, umkhawulo waphuma waya eSikroni, wadlula entabeni yaseBahala, waphuma waya eJabineyeli; ukuphuma komngcele kwakusolwandle.


Amadoda akwa-Israyeli abuthana kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakuManase wonke, abaxosha abakwaMidiyani.


Abantwana bakwa-Israyeli babuya ekuxosheni amaFilisti, baphanga amatende awo.


Ngakho bathumela umphongolo kaNkulunkulu e-Ekroni. Kwathi umphongolo kaNkulunkulu usufikile e-Ekroni, abase-Ekroni bakhala bathi: “Balethile umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli kithi ukuba basibulale thina nabantu bakithi.


Basebethumela, babuthana kubo zonke iziphathamandla zamaFilisti, zathi: Sizakwenzani ngomphongolo kaNkulunkulu kaIsrayeli? Basebesithi: Umphongolo kaNkulunkulu kaIsrayeli kawususelwe eGathi. Bawuletha khona umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ