Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 16:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 USawuli wasethumela kuJese esithi: UDavida kame phambi kwami; ngoba uthole umusa emehlweni ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 USawule wathumela kuJese, wathi: “Akeme phambi kwami uDavide, ngokuba ufumene umusa emehlweni ami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 USawule wathumela kuJese, wathi: “Mvumele uDavide abe yisikhonzi sami, ngokuba ufumene umusa emehlweni ami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 16:22
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ULabani wayesethi kuye: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, hlala, ngokuba ngibonile ukuthi uJehova ungibusisile ngenxa yakho.”


UJosefa wafumana umusa emehlweni ayo, wayikhonza; yammisa phezu kwendlu yayo, nakho konke eyayinakho yakunikela esandleni sakhe.


IsiHlabelelo sikaDavide. Jehova, inhliziyo yami ayiphakamile, namehlo ami awaphakeme; futhi angizivivinyi ezindabeni ezinkulu noma ezintweni eziphakeme kakhulu kimi.


Inkosi yababekela isabelo semihla ngemihla sokudla kwenkosi nesewayini eliphuzayo; ngakho wabapha ukudla iminyaka emithathu, ukuze ekupheleni kwayo beme phambi kwenkosi.


Kodwa uJoshuwa, indodana kaNuni, omi phambi kwakho, nguyena oyakungena khona; mkhuthaze, ngokuba uyakwenza u-Israyeli adle ifa lalo.


UDavide wafika kuSawule, wema phambi kwakhe, wamthanda kakhulu; waba ludibi lwezikhali zakhe.


Lapho umoya omubi kaNkulunkulu uphezu kukaSawule, uDavide wathatha izintambo, wabetha ngesandla sakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ