Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 16:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izinceku zikaSawule zathi kuye: “Bheka, umoya omubi ovela kuNkulunkulu uyakwethusa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Izinceku zikaSawule zathi kuye: “Bheka-ke, umoya omubi ovela kuNkulunkulu ukuzumile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Izinceku zikaSawule zathi kuye: “Bheka, umoya omubi ovela kuNkulunkulu uyakuhlupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 16:15
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wathuma umoya omubi phakathi kuka-Abimeleki nabemi baseShekemi; abantu bakwaShekemi baphambana no-Abimeleki.


UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.


Kepha uMoya kaJehova wamuka kuSawule, nomoya omubi kaJehova wamesabisa.


Manje inkosi yethu mayiyala izinceku zakho eziphambi kwakho ukuba zifune umuntu ongumshayi wehabhu ohlakaniphile; futhi uma umoya omubi kaNkulunkulu ufika phezu kwenu, yena uyokwenza ngesandla sakhe, futhi niyophulukiswa.


Kwathi ngangomuso umoya omubi kaNkulunkulu wehlela uSawule, waprofetha phakathi kwendlu; uDavide wabetha ngesandla sakhe njengakuqala, kwakukhona umkhonto esandleni sikaSawule.


Umoya omubi kaJehova waba phezu kukaSawule ehlezi endlini yakhe ephethe umkhonto esandleni sakhe, uDavide ebetha ngesandla sakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ